Zulu/Exercise/Lesson 3
< Zulu
Welcome to the exercises related to Lesson 3.
Click "▼" to check your answers.
How long have you been working for?
[edit | edit source]How would you respond to: (Assume for these questions that your name is Zipho Mtembu and that you're a student in Cape Town in your 3rd year. But you come from Johannesburg. You are 23 years old. Your brother works at Crispy Chicken as a cook. Your mother is a nurse. Your sister is teacher.)
Uneminyaka emingaki usebenza?
Cha, ngiyafunda.
Uneminyaka emingaki ufunda?
Ngineminyaka eng-3 ngifunda.
Wena uphumaphi?
(Mina) ngiphuma eGoli.
Isibongo satho ngubani?
Isibango sami uMtembu
Ngihlala kuphi?
Sawubona mntwana!
Ungubani?
NginguZipho.
Wena unjani?
Ngikhona/ ngisaphila/ ngiyaphila.
Ubhuti wakho usebenzaphi?
Ubhuti wami/Yena usebenza eCrispy Chicken.
Uneminyaka emingaki ubudala?
Ngineminyaka engu-23.
Usisi wakho ungunesi?
Cha, usisi wami/ yena unguthisha.
Ubhuti wakho wenza msbenzi muni?
Ubhuti wami/ yena ungumpheki.
Age and Where do you...
[edit | edit source]Translate the following Zulu sentences into English:
Ngifunda eGoli.
I study in Johannesburg.
Wena Uneminyaka emingaki ubudala?
How old are you/ (How many years do you have since birth)?
Sihlala eNaturena.
We stay in Naturena.
Yena usebenza kuphi?
Where does he/she work?
Yena uphuma eMeliki.
He/She comes from America.
Umyeni wami usebenzela iNedbank.
My husband works for Nedbank.
Translate the following English sentences into Zulu:
How long have you been working for?
(Wena) uneminyaka emingaki usenbenza?
My name is Simon Hlope.
NginguSimon wakwaHlope.
The teacher is coming from school.
Uthisha uphuma esikoleni
We come from South Africa.
(Thina) siphuma eNingizimu Afrika.
Where do you all stay?
(Nina) nihlalaphi/ nihlala kuphi?
I have studied for three years.
(Mina) ngineminyaka engu-3 ngifunda.
Odd one out:
Which one of the following is not a correct sentence: Uthisha uphuma esikoleni; Ngisebenzela eCrispy Chicken; Bona bahlala eNaturena; Yena uphuma eMelika.
Ngisebenzela eCrispy Chicken. (e cannot be used with sebenzela)
Which of these nouns is not a possible family member: umama; umkhulu; usisi; umkandi; ubhuti.
umkandi (repairman).
Dialogue
[edit | edit source]Try translating the following dialogue:
uSipho: Sawubona Njabulo!
Sipho: Hello Njabulo!
uNjabulo:Yebo, sawubona Sipho. Unjani?
Njabulo: Hello Sipho! How are you?
uSipho: Ngiyaphila, Wena unjani?
Sipho: I'm alive, how are you?
uNjabulo: Nami ngisaphila.
Njabulo: I'm still alive.
uSipho: Uneminyaka emingaki ubudala?
Sipho: How old are you?
uNjabulo: Ngineminyaka engu-48. Uneminyaka engu-17?
Njabulo: I am thirty two. Are you seventeen?
uSipho: Cha, Ngineminyaka engu-16 ubudala!
Sipho: No, I am sixteen years old!
uNjabulo: Ubaba wakho usebenza kuphi?
Njabulo: Where does your father work?
uSipho: Yena usenbenza eFNB. Usenbenzaphi?
Sipho: He works at FNB. Where do you work?
uNjabulo: Ngisebenza eNaturena kodwa ngiphuma eThekwini. Ufundaphi?
Njabulo: I work in Naturena but I'm from Durban. Where do you study?
uSipho: Ngifunda eParktown Boys.
Sipho: I learn at Parktown Boys.
uNjabulo: Umama wakho uyasebenza na?
Njabulo: Does your mother work?
uSipho: Yebo, yena ungunesi.
Sipho: Yes, she's a nurse.
uNjabulo: Sala kahle!
Njabulo: Stay well (Goodbye)
uSipho: Hamba kahle!
Sipho: Go well (Goodbye)!